Sneziey – Ungubaba

Sneziey – Ungubaba Mp3 Download

Sneziey – Ungubaba - Download Sneziey – Ungubaba Mp3 Song Music to your devices with 320kbps ultra high quality audio for Free at Mp3Juice. You may also find the complete lyrics of Sneziey – Ungubaba and video clip as well. All the songs provided are belong to YouTube, we do not host any single of songs and music on our website, Happy Downloading!

Sneziey – Ungubaba

Title Ungubaba
Artist Sneziey
Album Ungubaba
Year 2020
Duration 4:18
File Size 3.94 MB
File Type MP3
Audio Summary 44100 Hz, stereo, s16p, 192 kb/s
Source YouTube Music

Download Here

Lyric of Sneziey - Ungubaba

Ungubab'onobubele
Uyabala nezinwele
Usifunzi usigqokisa
Yebo usijabulisa

Ungubab'onobubele
Jesu Uyabala iy'nwele zethu
Uyasifunzi usigqokisa
Yebo usijabulisa

Akakho umuntu onomandla (Wokuchith'ibandla lakhe)
Wokuchith'elakhe ibandla
Yena ungumfowethu impela
Usiphath'usivikela (Ohh jabulake bandla)
Jabulake Ngakho bandla (Uvikelwe uqashwe ngonamandla)
Uvikelwa ngonamandla
Zonke zakho ke izitha yena
Uzisusa uzichitha (Impela ungubaba)

Ungubab'onobubele (Wazi nami ley'nwele zethu uJesu)
Ungabala nezinwele (Uyasifunza)
Uyazifunzi usigqokisa (Yebo esi)
Yebo usijabulisa (Umile ungubaba)
Ungubaba onobubele (Onobubele ngami nawe)
Uyabala nezinwele (Omile kuye, injabulo ikuye)
Usifunz'usigqokisa (Jesu uthembekile)
Yebo usijabulisa

Sihambile Umhlaba wonke
Asimbonanga onothando nonomusa
Usinakekel'imini yonke

Ungubaba onobubele (Jesu, Uhlola inhliziyo yethu)
Uyabala nezinwele (Usinakekela nje)
Usifunzi usigqokisa (Waze wanomusa ngomuntu Jesu)
Yebo usijabulisa (Kuyinhlanhla ukwazana nawe moya ongcwele moya ongwele)
Ungubaba onobubele
Uyabala nezinwele (Uthembekile noma kumnyama)
Usifunzi usigqokisa (Uthembekile kukuhle nje)
Yebo usijabulisa

Yebo ngiyamazi, Ngimbonil'ehamba nomuntu uJesu
Yebo usijabulisa
Wayekhona emphakadeni, nguyena nanamhlanje
Yebo usijabulisa
Yebo nanxa ukhathazeka,
Udiniwe kuphela amandla endleleni
Jesu uyinjabulo yonke
Woza kuye nomkhuleko

Sneziey – Ungubaba Video Clips:

Related Posts