Connect with us

Songs

Dumakahle – Amatoho

Acquire Download Link of Dumakahle – Amatoho MP3, Dumakahle – Amatoho MP4 Video and Dumakahle – Amatoho Lyrics for FREE!

Published

on

- Amatoho Mp3 Download

Dumakahle - Amatoho - Download Dumakahle - Amatoho Mp3 Song Music to your devices with 320kbps ultra high quality audio for Free at Mp3Juice. You may also find the complete lyrics of Dumakahle - Amatoho and video clip as well. All the songs provided are belong to YouTube, we do not host any single of songs and music on our platform, Happy Downloading!

Dumakahle – Amatoho

Title Amatoho
Artist Udumakahle
Album Phakathi Komhlane Nembeleko
Year 2021
Duration 4:30
File Size 4.12 MB
File Type MP3
Audio Summary 44100 Hz, stereo, s16p, 192 kb/s
Source YouTube Music

Download MP3

Lyric of Udumakahle - Amatoho

Kwake kwangenza
Ukungabi namali lapha
Ngizofun'imali

Kwake kwangenza
Ukungabi namali lapha
Ngizofun'imali

Kwake kwangenza (Ngilapha nje)
Ukungabi namali lapha (Ngizofuna okusamatoho)
Ngizofun'imali
Ngilapha nje ngizofuna okusatohwana

Lana ngizofun'imali
Ngilapha nje ngizofuna okusamatoho
Ngizofun'imali
Ngilapha nje ngizofuna okusatohwana

Ngilana ngizofun'imali
Ngilapha nje ngizofuna okusamatoho
Ngizofun'imali
Ngilapha nje ngizofuna okusatohwana

Kwake kwangenza (Ngilapha nje)
Ukungabi namali lapha (Ngizofuna okusamatoho)
Ngizofun'imali
Ngilapha nje ngizofuna okusatohwana

Um'abantabami
Bengalala bengadlile nanamhlanje
Ngiyoba yisehluleki sendoda

Um'abantabami (Ngilapha nje)
Bengalala bengadlile nanamhlanje (Ngizofuna okusamatoho)
Ngiyoba yisehluleki sendoda
Ngilapha nje ngizofuna okusatohwana

Um'abantabami (Ngilapha nje)
Bengalala bengadlile nanamhlanje (Ngizofuna okusamatoho)
Ngiyoba yisehluleki sendoda
Ngilapha nje ngizofuna okusatohwana

Kwake kwangenza (Ngilapha nje)
Ukungabi namali lapha (Ngizofuna okusamatoho)
Ngizofun'imali
Ngilapha nje ngizofuna okusatohwana

Kuningi manje
Hheshe ngalesikhali
Zisho kanjalo ezikamakhula ngenkomo
Wawuth'uguqisa
Sengikweyisile ngikhonze njengedela kufa
Unyawo zengane ziyadela
Ngoba zinyathela into kabili

Ukulahleka kweso kuze embule
Umahlawethu kumele kuz'omakhelwane begayiwe
UBhele mabhaleni ethi banda kaBhaza
Ababhalel'edolweni
Unyawo kaluhambi lungenamnikazi
Bon'ozobuz'ayibone kith'isahlaba

Ngithi hhayi ngiyababuka nje Makhubo
Behamba belalela insila ngegama labo
Ngeliny'ilanga ngiyojika
Ngimshay'umfan'engenamehlo

Ngith'angidlulise ukubonga
Kubalandeli bami bonke
Bayamhlula noma esebona bavuka
Ngathi siyolibanb'ilahle
Lishise lize lipholel'esandleni

UMlayezo umfo kaSithol'eLembe
UMlahl'eNewcastle
UBongi uMahay'eNkandla
ULucky umfo kaZwane
UBoitumetsi Khuthi
UOscar umfo kaMkhabel'eNquthu

Gcala Mjol'eDannhauser
UZinyowusile umfo kaZuma eDundee
UNokwethemba Langa eMnambithi
UThobe Ngidi kwaNongoma
UGugu Leapule isishimane sentombi

Ngilapha nje ngizofuna okusamatoho
Ngilapha nje ngizofuna okusatohwana

Kusenguye njalo umsikazi
Wempimpi nepiki izivul'imayini
Izithazakhe azimsindi noma sezimnukela

Wajabula uLuyanda uDube eMgungundlovu
Umshana kaPaul eMelville.
USphamadla kaFadelana umfo KaMashu
UAndile Ndlodlo uMbali Mabaso

USenzo Kubheka eBergville
UApula weNdlovu eNewcastle
UCelani Makhoba uMnikazi Mjobo
UNorman umfo kaHadebe eNkandla eKuphiweni

UMawinans Nzama phansi ePilakosi
UTed umfo kaMazibuko eNquthu
USbo uPress umfo kaMgidi

Ngilapha nje ngizofuna okusamatoho
Ngilapha nje ngizofuna okusatohwana

Yamnandi ikhisi kuphela
Yamnandi ikhisi impela
Washon'utat'aguz'ubhubhudlwana
Aniwugoqozanga kahle

Yim'owakho JSS ngiyaphela lapho ngxibhu
Wazini ngestayela wena
Nokukhuluphala ngobuso
LePit Bull-i le
Ushihhi

Ushengu shengu woh shengu shengu shengu
EThekwini (Shengu)
NasePongolo (Ushengu shengu woh shengu)
Kudala ngizama yini ma (Shengu shengu)
Ushengu shengu woh shengu shengu shengu

Dumakahle - Amatoho Video Clips:

Related Posts